List Headline Image
Updated by lijing88899195 on Jan 18, 2020
 REPORT
40 items   1 followers   62 votes   294 views

top south african gospel songs

Watch South African Gospel Song, sing loudly in praise of God, we have power.

South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"

South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"

I

UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.

Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.

Asikho isikhathi uNkulunkulu asuke engabhekile ngaso, esendaweni Yakhe efihlakele, konke ukunyakaza kwabantu, konke abakushoyo nabakwenzayo.

Isintu kuNkulunkulu siyincwadi evuliwe: Uyababona futhi uyabazi ngabanye ngabanye.

Indawo efihlakele kulapho uNkulunkulu ehlala khona, futhi indawo ephezulu esezulwini ingumbhede alala kuwo.

Amandla kaSathane angeke afike Kuye, ngoba ugcwele ubukhosi, ukulunga, kanye nokwahlulela.

II

UNkulunkulu uwunyathelile umhlaba ngezinyawo Zakhe, welula amehlo Akhe emkhathini wawo,

futhi uhambile phakathi kwaso sonke isintu,

wanambitha ubumnandi, ubumuncu, ukubaba, nokunandisa okunephunga kokuhlangenwe nakho kwabantu,

kodwa umuntu akakaze ambone ngempela uNkulunkulu, noma amqaphele ngenkathi ehamba ezweni lonke.

Ngenxa yokuthi ubethule, futhi akazange enze izenzo ezingaphezulu kwamandla emvelo,

ngenxa yalokhu akekho owambona ngempela.

Izinto manje azisafani nanjengoba zake zaba njalo:

UNkulunkulu uzokwenza izinto lezo, ukusukela ekuqaleni kwendalo, umhlaba ongakaze uzibone,

Uzokhuluma amazwi lawo, iminyaka ngeminyaka, abantu abangakaze bawezwe,

ngoba ufuna ukuthi sonke isintu sifinyelele ekumazini enyameni,

ngoba ufuna ukuthi sonke isintu sifinyelele ekumazini enyameni.

kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

South African Gospel "Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

South African Gospel "Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

I

Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa,

singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu,

ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene.

Ngoba amazwi kaNkulunkulu uSomandla ayasibiza,

siyaphakanyiswa phambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.

Kukhona abagugile, abanezinwele ezimhlophe zonke,

nabasha, abagqamile nabakhanyayo.

Isandla esandleni, ihlombe ehlombe,

sihamba ndawonye phakathi komoya nemvula, sikhuthazana ebunzimeni.

Ngomqondo owodwa sigcwalisa umsebenzi wethu.

Izinhliziyo zethu zixhumene, siyethembana ekuphileni.

Uthando lukaNkulunkulu lwenza sisondelane.

II

Amazwi kaNkulunkulu angumthombo wamanzi aphilayo.

Sithokozela amazwi kaNkulunkulu, izinhliziyo zethu zigcwala ubumnandi.

Ukusola kwamazwi Akhe, ukwahlulela kwamazwi Akhe,

kuhlanza izimo zethu ezikhohlakele.

Kungokuthenwa nokubhekanwa nathi lapho siba khona nenswebu yobuntu.

Kokungekuhle nasebuthakathakeni, siyesekelana.

Sindawonye ebunzimeni.

Sethula ubufakazi, sinqoba uSathane.

Siphunyuka ebumnyameni bese siphila ekukhanyeni.

Sithembekile futhi silalela, singukuvezwa kwenkazimulo kaNkulunkulu.

Sazi ukulunga nobuhle bukaNkulunkulu.

Sihlangana nezindlela ezingenakubalwa uNkulunkulu asithanda ngazo.

Sithokomele esifubeni sikaNkulunkulu, izimpilo zethu emhlabeni zinjengasezulwini.

NgoNkulunkulu kuphela kunothando, ngothando kuphela kunomndeni.

Bonke abathanda uNkulunkulu bangumndeni owodwa.

Siyasondelana othandweni lukaNkulunkulu.

Amazwi kaNkulunkulu anathi ngenkathi sikhula.

Siphila embusweni omuhle,

sikhonza uNkulunkulu uSomandla phakade naphakade.

La la la … La lala … La la la …

sikhonza uNkulunkulu uSomandla phakade naphakade,

sikhonza uNkulunkulu uSomandla phakade naphakade,

sikhonza uNkulunkulu uSomandla phakade naphakade.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Best South African Gospel Song Praise Worship "UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu"

Best South African Gospel Song Praise Worship "UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu"

I

UMdali kuphela onesihawu ngesintu. UMdali kuphela okhombisa isintu ububele nothando.

UMdali kuphela onothando lwangempela olungenakuphela ngalesi sintu.

Ngokunjalo, uMdali kuphela onganika isintu isihe

futhi azise yonke indalo Yakhe.

Inhliziyo Yakhe iyagxuma futhi iqaqambe ngazo zonke izenzo zomuntu:

Uyathukuthela, ahlupheke futhi adabuke ngenxa yobubi nenkohlakalo yomuntu;

uyajabula, aname, athethelele futhi athokoze ngenxa yokuphenduka nokukholwa komuntu;

yonke imicabango nemiqondo Yakhe ikhona ngenxa futhi iphathelene nesintu;

lokho Ayikho nalokho anakho konke kubonakaliselwa isintu ;

imizwelo Yakhe isiyonke ithandelene nokuba khona kwesintu.

II

Ngenxa yesintu, uyahamba, abe phansi phezulu;

unikela konke ukuphila Kwakhe buthule;

unikela yonke imizuzu nemizuzwana yempilo Yakhe….

Akakaze akwazi ukuhawukelaa impilo Yakhe,

kepha kade ayenesihawu futhi azisa isintu asidala Yena Uqobo Lwakhe….

Unika konke anakho kulesi sintu….

Unika isihe nokubekezelela ngokungenamibandela futhi ngaphandle kokulindela inkokhelo.

Ukwenza lokhu kuphela ukuze isintu siqhubeke siphile phambi kwamehlo Akhe,

samukela ukuhlinzeka Kwakhe kokuphila;

ukwenza lokhu kuphela ukuze isintu ngelinye ilanga sizithobe phambi Kwakhe

futhi sibone ukuthi Nguye owondla ubukhona bomuntu futhi anike impilo yayo yonke indalo.

UMdali kuphela onesihawu ngalesi sintu. UMdali kuphela okhombisa lesi sintu ububele nothando.

UMdali kuphela onothando lwangempela olungenakuphela ngalesi sintu.

onothando lwangempela olungenakuphela ngalesi sintu.

kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Zulu Gospel Music "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"

Zulu Gospel Music "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"

I

Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela

amazwi amanje kaMoya oNgcwele.

Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi iMoya oNgcwele

wayesebenza kanjani phakathi kwabo,

labo abazuze umsebenzi wakamuva

ngababusiswe kakhulu.

Namuhla, labo abangakwazi ukulandela

umsebenzi wakamuva bayosuswa.

UNkulunkulu ufuna labo

abangemukela ukukhanya okusha,

nalabo abemukela futhi abazi umsebenzi Wakhe wakamuva.

II

Intombi emsulwa ingafuna,

intombi emsulwa ingafuna

umsebenzi kaMoya oNgcwele;

ingemukela izinto ezintsha,

futhi iyeke imibono emidala,

bese ilalela umsebenzi kaNkulunkulu namuhla,

ilalele umsebenzi kaNkulunkulu namuhla.

Laba bantu, abemukela umsebenzi omusha kakhulu wanamuhla,

III

bagcotshwa nguNkulunkulu ngaphambi komhlaba,

futhi bangababusiswe kakhulu.

Uzwa izwi likaNkulunkulu,

futhi ubona ukubonakala Kwakhe.

Ngakho, kuzo zonke izikhathi nezizukulwane, futhi kulo lonke izulu nomhlaba,

akekho obusiseke kakhulu kunani, leli qembu labantu.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Zulu Gospel Music "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"

Zulu Gospel Music "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"

I

UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.

Uma nje ezwa uNkulunkulu,

elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,

ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,

ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,

lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,

futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

UNkulunkulu uyabazisa abantu abanjalo, futhi uyazazisa izenzo zabo,

nezinhliziyo kanye nokumthanda kwabo.

Yilesi isimo sengqondo sikaNkulunkulu.

Okuqukethwe Okuhlobene: South African Gospel Music

Best South African Gospel Song "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"

Best South African Gospel Song "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"

I

Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,

kuphazamisa uhlelo lwenkolo,

futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.

Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?

UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

II

Emva kokusuka eJudiya, uNkulunkulu wanyamalala akwasala mkhondo.

Abantu balangazelela ukumbona futhi, kodwa abakaze balindele

ukuhlangana Naye futhi lapha nanamuhla.

Kwakungenzeka kanjani lokhu kungabuyisi izinkumbulo zakudala?

Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili eyedlule,

uSimoni indodana kaJona wahlangana neNkosi uJesu, futhi wadla neNkosi etafuleni elilodwa.

Iminyaka yokulandela yajulisa uthando lwakhe Ngaye.

Wayethanda uJesu ekujuleni kwenhliziyo yakhe.

UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu,

ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

umthombo Izwi Livela Lisenyameni

South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.

O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.

Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.

Labo abafuna iqiniso—bathanda uNkulunkulu, bonke.

Ekuseni ngovivi, nakuba ngivuka ngedwa, injabulo isenhliziyweni yami lapho ngizindla ngamazwi kaNkulunkulu.

Amazwi Akhe amnene, njengakamama onothando, amazwi Akhe okwahlulela, aqine njengokusola kukababa.

Angithandi lutho olunye emhlabeni, ngenhliziyo yami yonke ngithanda uNkulunkulu uSomandla kuphela.

A hey, a hey,

a hey, a hey

Angithandi lutho olunye emhlabeni, ngenhliziyo yami yonke ngithanda uNkulunkulu uSomandla kuphela.

II

Intando kaNkulunkulu yambuliwe—ukuphelelisa labo abamthanda ngokwempela.

Bantu abamsulwa, abagcwele ukuphila, nikelani izindumiso zenu Kuye.

Ukudansa kwenjabulo kuhle, gxumani futhi nitelebhele nizungeze isihlalo sobukhosi.

Kusuka emagumbini amane omhlaba, siyeza, sibizwe yiphimbo likaNkulunkulu.

Amazwi Akhe okuphila anikwe thina, sihlanzwa ukwahlulela Kwakhe.

Uthando lukhula luqine ngenxa yokucwengwa. Kumnandi ukuthokozela uthando lukaNkulunkulu.

UNkulunkulu uSomandla uthandeka kakhulu, ngithanda Yena yedwa.

A hey, a hey,

a hey, a hey.

UNkulunkulu uSomandla uthandeka kakhulu, ngithanda Yena yedwa.

A hey, a.

Uh, uh.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

South African Gospel Song 2018 "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu" | IVANGELI LOKUFIKA K...

South African Gospel Song 2018 "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Iminyaka eyizinkulungwane eziningi idlulile,

futhi isintu sisathokozela ukukhanya nomoya onikwe nguNkulunkulu,

sisaphefumula umphefumulo okhishwe nguNkulunkulu uqobo Lwakhe,

sisathokozela izimbali, izinyoni, izinhlanzi kanye nezinambuzane ezidalwe nguNkulunkulu,

futhi sithokozela zonke izinto ezinikezwe nguNkulunkulu;

imini nobusuku kusaqhubeka nokudedelana;

izinkathi zonyaka ezine ziyadedelana ngokujwayelekile;

amahansi andiza esibhakabhakeni ayahamba kulobu busika, futhi asabuya entwasahlobo elandelayo;

izinhlanzi emanzini aziyishiyi neze imifula namachibi—ikhaya lazo.

II

Izihlonono emhlabathini zicula ngokuzinikela ngezinsuku zehlobo;

izinyendle otshanini zivungazela kamnandi zihambisana nomoya ekwindla;

amahansi ahlangana abe yimihlambi, ngenkathi izinkozi zihlala zizodwa;

imihlambi yamabhubesi iziphilisa ngokuzingela;

amaphiva aziqheli otshanini nasezimbalini….

Lonke uhlobo lwesidalwa esiphilayo phakathi kwezinto zonke siyahamba siphinde sibuye, bese sihamba futhi,

izinguquko eziyisigidi zenzeka ngokucwayiza kweso—

kodwa okungaguquki yizazela zemvelo kanye nemithetho yokuphila.

Ziphila ngaphansi kokuhlinzeka nokondla kukaNkulunkulu,

futhi akekho ongaguqula izazela zazo zemvelo,

futhi akekho ongaphazamisa imithetho yazo yokuphila,

futhi akekho ongaphazamisa imithetho yazo yokuphila.

Kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Best South African Gospel Music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"

Best South African Gospel Music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"

I

Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule.

Iqiniso lelo!

Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.

Singaba kanjani nokungabaza?

Anginakho ukuphika, angihlehli emuva, angiphelelwa yithemba.

Buka!

Ngiqhuba umsebenzi wami ngenhliziyo yami yonke nangengqondo futhi anginakho ukukhathazeka ngenyama.

Angimubi, futhi!

Noma izinga lami lokuphila liphansi, nginenhliziyo eqotho.

Ngempela?

Ngizibophezele ngokuphelele kuzo zonke izinto ukuze ngenelise intando kaNkulunkulu. (Yebo, lokho kulungile!)

Ngiyalenza iqiniso, ngilalele uNkulunkulu, ngizame ukuba umuntu oqotho.

Kwakuhle!

Ngivulelekile futhi ngiqotho, anginankohliso, ngiphila ekukhanyeni.

Kuhle kakhulu!

Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo.

Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle.

Owokuqala,

Owesibili,

Owesithathu,

sonke singabangani beqiniso.

Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. (Umndeni!)

Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu.

Hlabelelani! Nidanse!

Kuyinjabulo ukuba ngumuntu oqotho!

Kuyinjabulo ukuba ngumuntu oqotho!

Ukuba ngumuntu oqotho impela kuyajabulisa!

II

(Umuntu obusisekile!)

Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.

Siyawuqonda umbono!

(Kuhle kangaka ukuqonda iqiniso!)

Ngiqhuba umsebenzi wami ngenhliziyo yami yonke nangengqondo futhi anginakho ukukhathazeka ngenyama.

Siphila njengabantu!

Noma izinga lami lokuphila liphansi, nginenhliziyo eqotho.

Yebo, inhliziyo eqotho iyigugu!

Ngizibophezele ngokuphelele kuzo zonke izinto ukuze ngenelise intando kaNkulunkulu.

Ngabe lena akuyona indlela yokuhanjwa?

(UNkulunkulu akafuni okuningi kithina.)

Ngivulelekile futhi ngiqotho, anginankohliso, ngiphila ekukhanyeni.

Nika inkazimulo kuNkulunkulu!

Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo.

Akekho ozonda abantu abaqotho, angithi?

Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle.

Abantu abakhohlisayo bayanyanyisa! Ewu!

Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu.

Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu.

Abantu abaqotho kuphela abanenjabulo yeqiniso. (Injabulo yeqiniso!)

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

outh AfricaSn Gospel Music "Impilo Yethu Ayilona Ize" A Cappella | Loving God and Living For God

outh AfricaSn Gospel Music "Impilo Yethu Ayilona Ize" A Cappella | Loving God and Living For God

I

Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.

Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.

Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.

Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.

Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.

Siqinisa uKristu njengeqiniso nokuphila!

Siqonda futhi sisingatha le mfihlakalo.

Izinyawo zethu zisendleleni ekhanyayo eya empilweni.

Singasathungathi, konke kusobala kithina.

Nkulunkulu, siyokuthanda njalo ngaphandle kokuzisola.

Sesilitholile iqiniso, impilo yaphakade sizoyizuza.

Impilo yethu ayilona ize, ayilona ize.

Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.

II

Impilo yokuthanda uNkulunkulu, inesizathu, ayilona ize.

Sigcwalisa umsebenzi wethu wokufakaza Ngaye.

Sizuza ukunconywa nguNkulunkulu, samukela insindiso Yakhe.

Asiphileli ize; impilo yethu, inothile futhi igcwele.

Nkulunkulu, siyokuthanda njalo ngaphandle kokuzisola.

Sesilitholile iqiniso, impilo yaphakade sizoyizuza.

Impilo yethu ayilona ize, ayilona ize.

Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.

III

Ngubani ongabusiseka ngaphezu kwethu?

Inhlanhla ingamamatheka ngokunotha nobubanzi obungaka?

Ngoba uNkulunkulu usinikeze okuningi kunakho konke akunikeze eminyakeni edlule.

Kufanele siphilele uNkulunkulu, owaphakamisa wena nami.

Kufanele sibuyisele lonke uthando asithululele lona.

Nkulunkulu, siyokuthanda njalo ngaphandle kokuzisola.

Sesilitholile iqiniso, impilo yaphakade sizoyizuza.

Impilo yethu ayilona ize, ayilona ize.

Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.

Nkulunkulu, siyokuthanda njalo ngaphandle kokuzisola.

Sesilitholile iqiniso, impilo yaphakade sizoyizuza.

Impilo yethu ayilona ize, ayilona ize.

Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.

umthombo Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

South African Gospel Music 2018 "Ubufakazi Bempilo" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

South African Gospel Music 2018 "Ubufakazi Bempilo" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,

lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.

Uma ukuphila kwami kucisha njengenhlansi ngokuphazima kweso,

ngisayosho ngokuziqhenya ukuthi ngamukele uKristu wezinsuku zokugcina.

Uma ngingakwazi ukubona isigameko esikhulu sokwanda kwevangeli lombuso,

ngisayonikela izifiso ezinhle kakhulu.

Uma ngingakwazi ukubona usuku lokufezwa kombuso,

kodwa ngikwazi ukuhlaza uSathane namuhla, khona-ke inhliziyo yami iyogcwala injabulo nokuthula.

Amazwi kaNkulunkulu asabalala umhlaba wonke, ukukhanya kubonakele phakathi kwabantu.

Umbuso kaKristu uyaphakama futhi umiswa phakathi kobunzima.

Ubumyama sebuzokwedlula, intathakusa elungile ifikile.

Isikhathi nokoqobo kwethule ubufakazi ngoNkulunkulu.

II

Uma ngiba ngofela ukholo, futhi ngingasakwazi ukwethula ubufakazi ngoNkulunkulu,

ivangeli lombuso lisayosatshalaliswa njengomlilo ngamakholwa angenakubalwa.

Nakuba ngingazi ukuthi ngingayihamba ibanga elingakanani le ndlela emagudlugudlu,

ngisayonikela ngenhliziyo yami ethanda uNkulunkulu.

Sethula ubufakazi ngomsebenzi Wakhe wezinsuku zokugcina, senza intando Yakhe emhlabeni,

kuyintokozo yethu ukuzinikela ekusabalaliseni iqiniso.

Singadangaliswa ubunzima, njengegolide elimsulwa elenziwe ekhozeni,

ethonyeni likaSathane kuphuma iqembu lamasosha anqobileyo.

Amazwi kaNkulunkulu asabalala umhlaba wonke, ukukhanya kubonakele phakathi kwabantu.

Umbuso kaKristu uyaphakama futhi umiswa phakathi kobunzima.

Ubumyama sebuzokwedlula, intathakusa elungile ifikile.

Isikhathi nokoqobo kwethule ubufakazi ngoNkulunkulu.

III

Amazwi kaNkulunkulu asabalala umhlaba wonke, ukukhanya kubonakele phakathi kwabantu.

Umbuso kaKristu uyaphakama futhi umiswa phakathi kobunzima.

Ubumyama sebuzokwedlula, intathakusa elungile ifikile.

Isikhathi nokoqobo kwethule ubufakazi ngoNkulunkulu.

Amazwi kaNkulunkulu asabalala umhlaba wonke, ukukhanya kubonakele phakathi kwabantu.

Umbuso kaKristu uyaphakama futhi umiswa phakathi kobunzima.

Ubumyama sebuzokwedlula, intathakusa elungile ifikile.

Isikhathi nokoqobo kwethule ubufakazi ngoNkulunkulu.

Isikhathi nokoqobo kwethule ubufakazi ngoNkulunkulu.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

South African Gospel Music "Uthando Lweqiniso LukaNkulunkulu" Thank God for His Salvation

South African Gospel Music "Uthando Lweqiniso LukaNkulunkulu" Thank God for His Salvation

I

Ngimi phambi kukaNkulunkulu futhi namhlanje.

Inhliziyo yami inokuningi engingakusho

uma ngibona ubuso Bakhe obuhle.

Ngishiye umlando wami wokuduka ngemuva.

Izwi Lakhe lingigcwalisa ngenjabulo

nokuthakasa okuvela emseni Wakhe.

Amazwi kaNkulunkulu athambile lawa anginisela futhi

angondle ukuze ngikhule.

Amazwi Akhe aqinile lawa angikhuthaza ukuba ngisukume futhi.

Nkulunkulu, siyakuhlabelelela namhlanje

ngenxa yezibusiso Zakho.

Sikunika udumo namhlanje ngoba usiphakamisile.

Nkulunkulu weqiniso Onamandla osithandile!

Siyakuthanda! O Nkulunkulu! Ngeqiniso!

II

Ngifuna ukujabula ezwini lakho izinsuku zami zonke.

Ngibheka Kuwe, Nkulunkulu wami,

ukuze ngithole ukukhanya kohambo nohambo.

Uyanisela wondle abantu Bakho othandweni.

Usiholela kude kwethonya lokudukiswa udeveli.

Amazwi kaNkulunkulu athambile lawa anginisela futhi

angondle ukuze ngikhule.

Amazwi Akhe aqinile lawa angikhuthaza ukuba ngisukume futhi.

Nkulunkulu, siyakuhlabelelela namhlanje

ngenxa yezibusiso Zakho.

Sikunika udumo namhlanje ngokuba usiphakamisile.

Nkulunkulu weqiniso Somandla osithandile!

Siyakuthanda! Nkulunkulu! Ngeqiniso!

III

Bafowethu nodadewethu! Asiphakame sidumise!

Jabulelani lo mzuzu esiwuchitha ndawonye.

Sikhululiwe emaketangeni emithwalo yenyama,

Ake sikhombise uthando lwethu kuNkulunkulu ngezenzo eziyizo,

siphelelise umsebenzi wethu ngenhliziyo nangamandla.

Siyakuthanda, Nkulunkulu Somandla! Asisoze sakushiya!

Amazwi kaNkulunkulu athambile lawa anginisela futhi

angondle ukuze ngikhule.

Amazwi Akhe aqinile lawa angikhuthaza ukuba ngisukume futhi.

Nkulunkulu, siyakuhlabelelela namhlanje

ngenxa yezibusiso Zakho.

SiKunikeza udumo namhlanje.

IV

Amazwi kaNkulunkulu athambile lawa anginisela

futhi angondle ukuze ngikhule.

Amazwi Akhe aqinile lawa angikhuthaza ukuba ngisukume futhi.

Nkulunkulu, siyakuhlabelelela namhlanje

ngenxa yezibusiso Zakho.

Sikunika udumo namhlanje ngokuba usiphakamisile.

Nkulunkulu weqiniso Somandla osithandile!

Siyakuthanda! O Nkulunkulu! Ngeqiniso!

Ngokuba Usiphakamisile.

Nkulunkulu weqiniso Somandla osithandile!

Siyakuthanda! O Nkulunkulu! Ngeqiniso!

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Wamukelekile ukuthwebula i-app yeBandla LikaNkulunkulu uSomandla:

Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni" | IVANGELI LOKUFIKA ...

Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Uyena Yedwa, unguNkulunkulu enyameni.enter link description here

Lokho akushoyo, lokho akwenzayo, konke kuyiqiniso.

Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.

Ukuhlangana Naye, ukuba Naye, angive ngibusisekile.

Uyena Yedwa, uNguNkulunkulu enyameni.

Lokho akushoyo, lokho awenzayo, konke kuyiqiniso.

Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.

Ukuhlangana Naye, ukuba Naye, angive ngibusisekile.

Inhliziyo yaKhe, uthando lwaKhe lunginqobile.

Mnikeze uthando, ukumlandela, yeka ukuthi ngikuthanda kanjani.

Ngiyamthanda, ngizizwa kahle, ngihluphekela Yena.

Ngimtholile, ngiphilela Yena, Ngizomthanda phakade.

II

Ukumnika inhliziyo yami, kuyangijabulisa.

Ngiphilela Yena ngaso sonke isikhathi, lokhu ukuphila kwami.

Ukumthanda, ukumkhonza, kuyinto enkulu kimi.

Ayikho enye into efunwa yinhliziyo yami, nganelisekile.

Ukukhathalela intando yaKhe, imicabango yaKhe, nokukhathazeka kwaKhe.

Kuyisifiso sami ukujabulisa nokwanelisa Yena.

Ngikhonza endlini kaNkulunkulu, ngigcwalise izifungo.

Ngimlalele, ngibe qotho Kuye, ngizinikele.

Inhliziyo yaKhe, uthando lwaKhe lunginqobile.

Mnikeze uthando, ukumlandela, yeka ukuthi ngikuthanda kanjani.

Ngiyamthanda, ngizizwa kahle, ngihluphekela Yena.

Ngimtholile, ngiphilela Yena, Ngizomthanda phakade.

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Zulu Song "Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu" Enjoy the Word of God and Praise God

Zulu Song "Ukuphila KwaseBandleni Lethu Kuyathandeka Kakhulu" Enjoy the Word of God and Praise God

I

UNkulunkulu uMninimandla onke useyinyama, Wena sikuculela kakhulu izindumiso.

Usiletha ekuphileni kombuso.

Thina bantu bombuso sisedilini laKho,

sijabulela amazwi aKho, sihlanzwe ekonakaleni kwethu.

Izwi laKho liyasihola futhi sikulandela eduze.

Kungenxa yomusa kaNkulunkulu ukuthi isimo sethu sobusathane siye sagezwa.

Sijabulela izwi likaNkulunkulu futhi siphila ukuphila okusha phambi kwaKhe.

Nakekela inhliziyo kaNkulunkulu, mthande ngempela, mbonge futhi umdumise.

La la la la la ... la la la la la ...

II

Kukholelwe ukuthi izwi likaNkulunkulu liyiqiniso futhi lingasinikeza ukuphila.

Sikhonza ngezwi likaNkulunkulu futhi siqonda iqiniso, ngoMoya oNgcwele osebenza kithi.

Masizidele, sibe lula futhi sivuleleke, futhi siziqeqeshele ukuba sibe abantu abathembekile.

Iqiniso lisenza sikhululwe futhi sikhululeke, ligcwalisa izinhliziyo zethu ngenjabulo.

Ukuphila kwasebandleni lethu kuyathandeka, futhi bonke abangcwele baye baphila.

Sikhonza ngeqiniso futhi sisize omunye nomunye, futhi ukuphila kwethu kukhula ngokushesha.

Yamukela ukwahlulela, sebenzisa iqiniso, futhi uphile ngezwi likaNkulunkulu.

Phila ngokoqobo ngeqiniso ukuze kwaneliswe inhliziyo kaNkulunkulu.

La la la la la ... la la la la la ...

III

Singabafowethu nodadewethu abahlanganiswe ngokuvumelana futhi sonke sijabulile.

Sixoxisana ngamazwi kaNkulunkulu futhi sihlanganyela izinto esiye sabhekana nazo, senza imisebenzi yethu ngokuzwana.

Hlonipha iqiniso, ngena kwingokoqobo futhi wenze uNkulunkulu aneliseke.

Ukuhlala othandweni lukaNkulunkulu, sidumisa uNkulunkulu phakade.

La la la la la ... la la la la la …

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Best South African Gospel Music "Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu"

Best South African Gospel Music "Ngabantu Abaqotho Kuphela Abanomfanekiso Wobuntu"

I

Ngenxa yenzuzo ngalahla zonke izindinganiso zokuziphatha,

futhi ngesibindi ngasebenzisa inkohliso ukuziphilisa.

Angibanga nandaba nonembeza noma isimilo, lutho ngobuqotho noma isithunzi.

Ngaphilela kuphela ukwanelisa inkanuko nobugovu bami obukhula njalo.

Ngenhliziyo engakhululekile, ngadavuza odakeni lwesono,

kungekho ndlela yokuphunyuka lo mnyama ongenamkhawulo.

Imicebo yomhlaba nezinjabulo ezedlulayo

kwakungeke kufihle ubuze nobuhlungu enhliziyweni yami.

Kulula ukubhala igama elithi “umuntu.”

Kodwa ukuba qotho nokwethembeka kulukhuni ngokwengeziwe kunokuba lukhuni.

Ngubani ongangisindisa kulo lasha wesono?

Ngubani ongangisindisa kulo lasha wesono?

II

Iphimbo likaNkulunkulu langiholela phambi Kwakhe.

Namuhla ngingalandela uNkulunkulu futhi ngizikhandlele Yena.

Inhliziyo Yami igcwele ubumnandi bokufunda amazwi kaNkulunkulu nsuku zonke.

Ngokuqonda iqiniso, manje nginezimiso zokuziphatha kobuntu.

Konke engikwenzayo nengikushoyo kungamazwi kaNkulunkulu.

Ukwamukela ukucubungula kukaNkulunkulu ezintweni zonke kwenza inhliziyo yami iphumule kahle futhi ibe nokuthula.

Akukho ukungethembeki, akukho nkohliso, ngiphila ekukhanyeni.

Ngenhliziyo evulekile, ngingumuntu oqotho, futhi ngiphila emfanekisweni womuntu ekugcineni.

Ukwahlulela nokusola kukaNkulunkulu kungisindisile,

futhi kwangenza ukuba ngizalwe kabusha emazwini kaNkulunkulu.

Ngibonga phakade othandweni lukaNkulunkulu nasensindisweni kaNkulunkulu!

Ngibonga phakade othandweni lukaNkulunkulu nasensindisweni kaNkulunkulu!

Ngibonga phakade othandweni lukaNkulunkulu nasensindisweni kaNkulunkulu!

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

South African Gospel Song "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

South African Gospel Song "Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe,

izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu.

Lapho usumqonda uNkulunkulu wakho,

uzokuqonda okusenhliziyweni Yakhe,

bese ujabulela okukuye ngakho konke ukukholwa nokunaka kwakho.

Lapho ujabulela okusenhliziyweni kaNkulunkulu, kancane kancane, usuku nosuku,

lapho ujabulela okusenhliziyweni kaNkulunkulu,

inhliziyo yakho izovulekela Yena.

II

Lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso,

lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso,

uzobona ukwedelela,

uzobona ihlazo lezicelo zakho ezinkulukazi nezobugovu.

Lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso,

lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso,

uzobona umhlaba ongenamkhawulo wenhliziyo kaNkulunkulu,

futhi ube sendaweeni yezimanga okungakaze kuxoxwe ngazo.

Kule ndawo akukho ukuwaka,

ayikho inkohliso, futhi abukho ububi.

Kuphela kunobuqotho nokwethembeka; ukulunga nomusa kuphela.

III

Uwuthando, uyanakekela, unozwelo olunganqamukiyo.

Empilweni yakho, kuzwakala intokozo, lapho uvulela uNkulunkulu inhliziyo yakho.

Ukuhlakanipha namandla Akhe kugcwalisa umhlaba ongenasiphetho,

kanjalo negunya nothando Lwakhe.

Ungakwazi ukubona lokho uNkulunkulu anakho nayikho,

okujabulisa Yena,

okukhathaza Yena, okudabukisa nokucasula Yena, kukhona ukuze kubonwe abantu bonke,

lapho uvulela uNkulunkulu inhliziyo Yakho, umeme Yena angene.

Kwethi Izwi Livela Lisenyameni

South African Gospel Song "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

South African Gospel Song "Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo.

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva.

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ukuthokozela izwi Lakhe kungigcwalisa ngenjabulo.

Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, inhliziyo yami inokuningi engakusho.

Ngamazwi Akhe athambile anginiselayo futhi angondlayo ukuze ngikhule.

Ngamazwi Akhe aqinile angikhuthaza ukuba ngiphinde ngime.

Oh Nkulunkulu! Singakudumisa ngoba usiphakamisile!

Singakuhlabelelela namuhla konke ngenxa yesibusiso nomusa Wakho.

II

Oh Nkulunkulu, ngempela usithanda kangaka! Usenza sijabulele amazwi Akho nsuku zonke!

Oh Nkulunkulu, ngempela usithanda kangaka! Usikhanyisela nsuku zonke!

Oh Nkulunkulu, ngempela usithanda kangaka! Unisela futhi wondle abantu Bakho.

Usihola usisuse ethonyeni likaSathane.

Bafowethu nodadewethu! Sheshani nivuke! Asidumise uNkulunkulu wethu!

Asiyazise indlela asiqoqele ngayo lapha namuhla.

Sikhululeke kuyo yonke imithwalo yenyama! Sidumise uNkulunkulu uSomandla ngokuzinikela!

Sigcwalise umsebenzi wethu ngayo yonke inhliziyo namandla ethu, sikhombise uthando lwethu kuNkulunkulu ngezenzo.

Siyokuthanda kuze kube phakade, Nkulunkulu wangempela onamandla onke!

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Christian Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" - Live in the Light | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

Christian Music Video "Umthandazo Wabantu BakaNkulunkulu" - Live in the Light | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,

imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.

UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;

bonke baphila ekukhanyeni.

Khulekela ukuthi Umoya oNgcwele akhanyise izwi likaNkulunkulu

ukuze sazi ngokugcwele intando kaNkulunkulu.

Sengathi bonke abantu bangathokozela izwi likaNkulunkulu

bese beza bezofuna ukumazi uNkulunkulu.

Sengathi uNkulunkulu angasinika umusa Wakhe omningi,

ukuze isimo sethu siguquke.

Sengathi uNkulunkulu angasiphelelisa

ukuze sibe nhliziyonye namqondo munye Naye.

Sengathi uNkulunkulu angasiqoqa

ukuze sikwazi ukuphelelisa umsebenzi wethu Kuye.

Sengathi Umoya oNgcwele angasihola nsuku zonke

ukuze sishumayele futhi sifakaze ngoNkulunkulu.

II

Sengathi abantu bonke bangazi okuhle kokubi,

balenze iqiniso.

Sengathi uNkulunkulu angajezisa abenzi bokubi

bese ibandla lakhe lingaphazamiseki.

Sengathi abantu bonke bangaveza uthando lweqiniso

kuNkulunkulu luzwakale lujabulisa futhi lumnandi.

Sengathi uNkulunkulu angasusa zonke izihibe

ukuze sikwazi ukunikela konke okwethu Kuye.

Sengathi uNkulunkulu angagcina izinhliziyo zethu

zimthanda, zingamshiyi.

Sengathi labo abamiswe nguNkulunkulu ngaphambilini

bangabuyela ebukhoneni Bakhe.

Sengathi abantu bonke bangahlabelela indumiso

kuNkulunkulu ofumane inkazimulo.

Sengathi uNkulunkulu angaba nabantu Bakhe,

asigcine siphila othandweni Lwakhe.

Sengathi uNkulunkulu angaba nabantu Bakhe,

asigcine siphila othandweni Lwakhe.

umthombo Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Zulu Best Christian Video "Yonke Indlela Kanye Nawe" God Is Love | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

Zulu Best Christian Video "Yonke Indlela Kanye Nawe" God Is Love | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.

Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.

Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.

Uyangibusisa, unika amazwi Akho okwahlulela.

Kodwa ngisehluleka ukwazisa umusa Wakho.

Ngihlubuka njalo, ndlela thize ngikulimaza inhliziyo.

Awungithathi ngokwezono zami kodwa usebenzela insindiso yami.

Nxa ngikude, uyangibiza ngisuke engozini.

Nxa ngihlubuka, ufihla ubuso Bakho, umnyama ungisonga.

Nxa ngibuyela Kuwe, ukhombisa umusa, umamatheke ungisingathe.

Nxa uSathane engihlupha,

ungelapha amanxeba, ungithokomalisa inhliziyo.

Nxa udeveli engilimaza, unami ekulingweni.

Ukusa sekuzoqhamuka,

izibhakabhaka zikhanye ngobuluhlaza njengakuqala,

Lapho ukhona nami.

Ukusa sekuzoqhamuka,

izibhakabhaka zikhanye ngobuluhlaza njengakuqala,

lapho ukhona nami.

II

Uyimpilo yami, uyiNkosi yami.

Umngani wansuku zonke, isithunzi eceleni kwami.

Ungifundisa ukuba ngumuntu futhi ungipha iqiniso nempilo.

Nginawe impilo yami iyaqhakaza ngobukhazikhazi.

Ngokungazikhetheli kwami, ngilalela ukubusa Kwakho.

Ngiba yisidalwa seqiniso, ngibuyele eduze Nawe.

Ngiphila ebukhoneni Bakho, ngikhuluma Nawe ngizwe izwi Lakho..

Ngeke uphinde ulinde ebangeni elinesizungu.

Ekubeni Nawe, akusekho ukwesaba izivunguvungu.

Lapho ubusuku bungigubuzela, angisengedwa.

Useduze Kwami, ingozi noma uhlupho, ngingakumela.

Ekubeni Nawe, izinkambo ngeke zibe nzima kakhulu.

Imigwaqo emaqhuzu yedlula ebunzimeni, idedela intwasahlobo enhle.

Ukusa sekuzoqhamuka,

izibhakabhaka zikhanye ngobuluhlaza njengakuqala,

lapho ukhona nami.

Ekubeni Nawe, akusekho ukwesaba izivunguvungu.

Lapho ubusuku bungigubuzela, angisengedwa.

Useduze Kwami, ingozi noma uhlupho, ngingakumela.

Ekubeni Nawe, izinkambo ngeke zibe nzima kakhulu.

Imigwaqo emaqhuzu yedlula ebunzimeni, idedela intwasahlobo enhle.

Ukusa sekuzoqhamuka,

izibhakabhaka zikhanye ngobuluhlaza njengakuqala,

Nginawe.

umthombo Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

South African Gospel "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso

South African Gospel "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe" Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso

I

Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.

Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.

Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.

Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.

Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiphakamisa izandla ngidumisa, ngiyathokoza ukuthi Wena weza kulo mhlaba.

II

Umuntu wavela othulini, uNkulunkulu wamnika impilo.

USathane wehlela ukuzokona isintu.

Bulahlekile ubuntu basonokucabanga kahle.

Isizukulwane ngesizukulwane, sawa kusuka ngalelo langa.

Kodwa Wena ungu … Nkulunkulu wokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

III

UNkulunkulu wadala umuntu wamthanda ngale ndlela, yokuthi Waze Waba yinyama futhi,

wathwala okuhle nokubi, ubutha nosizi,

esisindisa futhi esiletha endaweni enhle.

Siyohlala siKubonga.

UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Ungase Uthande Nalezi: South African Gospel Music

African Gospel 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu" Thank God for His Salvation | IVANGELI LOKUFIKA...

African Gospel 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu" Thank God for His Salvation | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

Manje ekuphakanyisweni, ubungcwele nokulunga kukaNkulunkulu

Kuyachuma emkhathini wonke, kuphakanyisiwe kuso sonke isintu.

Amadolobha ezulu ayahleka, imibuso yomhlaba iyadansa.

Ubani ongajabuli? Ubani ongakhiphi izinyembezi?

Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,

Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

II

Umhlaba ungowasezulwini, izulu liyahlangana nomhlaba.

Umuntu uyintambo exhuma izulu nomhlaba.

Ngenxa yobungcwele bomuntu, ngenxa yokuvuselelwa kwakhe,

Izulu alisaphinde licashele umhlaba, umhlaba awusaphinde unamathele ezulwini.

Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,

Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,

Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

III

Umoya upholile, inkungu eminyene isihambile, ilanga likhanya njalo njalo.

Ubuso besintu buthandelwe ukumamatheka.

Bufihlwe ezinhliziyweni zaso, ubumnandi buhamba amamayela.

Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,

Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,

Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

Benokuthula komunye nomunye, benokuthula komunye nomunye.

kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni

Best Zulu Christian Music "Dumisani Ukuphila Okusha" A Cappella | Gcwala Uthando lukaNkulunkulu

Best Zulu Christian Music "Dumisani Ukuphila Okusha" A Cappella | Gcwala Uthando lukaNkulunkulu

I

UKristu wezinsuku zokugcina ubonakele, esebenza futhi ekhuluma phakathi kwabantu.

Izwi laKhe liyahlulela, lisole futhi lisicwengisise, lisiholele endleleni efanele yokuphila komuntu.

Yizwi likaNkulunkulu elingishintshile,

ngakho nginokuphila okusha okudumisa uNkulunkulu. (Haleluya!)

Ubuhlungu nokucindezelwa kuphelile, ngikhululiwe emoyeni futhi ngicula ingoma. (Haleluya!)

Kuhle ngempela ukwazi iqiniso. Ngiyibeke eceleni inyama, angive ngikhululekile! (Dumisani uNkulunkulu!)

Yonke imibona nokungaqondi kuphelile, isimo sami sokungalaleli sesishintshile.

Ngihamba endleleni ekhanyayo yokuphila komuntu; uthando lukaNkulunkulu luyigugu futhi lungokoqobo! (Dumisani uNkulunkulu!)

Ukuphakanyiswa uNkulunkulu ukujabulela uthando lukaNkulunkulu.

Ngilunambithile uthando lukaNkulunku futhi ngeke ngiphinde ngimshiye uNkulunkulu.

II

Bafowethu nodadewethu sindawonye, ngaphandle kwemingcele noma ibanga.

Sikhonza ndawonye ebandleni, ngenhliziyo nangomqondo owodwa, ngokujabula sicula ingoma yokudumisa.

Ukucula kugcwele uthando ngoNkulunkulu. Sicula ngezinhliziyo eziqotho.

UNkulunkulu ongokoqobo usenze kabusha futhi wasishintsha, usenze kabusha futhi wasishintsha ukuba sibe abantu abasha.

Ubani ongabonisi uzwela enhliziyweni yakhe? Ubani ongabonisi uthando enhliziyweni yakhe?

Udansela ukudumisa uNkulunkulu, futhi ngishaya izandla zami eceleni.

Sibeke eceleni imithwalo yalo mhlaba, umndeni, nenyama; siyathandana, asive sijabula!

Ukuphila okudala okudlule ngeke kubuye, izikhathi ezimnandi zingaphambili. Izikhathi ezimnandi zingaphambili!

III

Akuve kujabulisa ukwenza umsebenzi wami nokunikeza ubufakazi; sikhonza ngeqiniso, sikhululiwe futhi sikhululekile.

Abantu bakaNkulunkulu bajabulela ukuphila; ukuphila komuntu okukhanyayo kuyangilandela. (O.)

Akuve kujabulisa ukwenza umsebenzi wami nokunikeza ubufakazi; sikhonza ngeqiniso, sikhululiwe futhi sikhululekile.

Abantu bakaNkulunkulu bajabulela ukuphila; ukuphila komuntu okukhanyayo kuyangilandela.

Ngizokhonza uNkulunkulu ongokoqobo kuze kube phakade!

Haleluya!

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Best South African Gospel Music 2018 "Ukunamathela KuNkulunkulu" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

Best South African Gospel Music 2018 "Ukunamathela KuNkulunkulu" | IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO

I

UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.

Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.

Lelo phimbo elejwayelekile, lobo buso obuhle abuguqukile kusuka ekuqaleni.

Emndenini kaNkulunkulu nginambitha ubumnandi bothando Lwakhe. Ngincika eduze Kwakhe futhi angifuni ukuphinde ngikusuke.

Ngaphandle kukaNkulunkulu, izinsuku zazilukhuni ukubekezelelwa.

Ngangibhadazela ngesinyathelo ngasinye sigcwele ubuhlungu.

Ngifinyelele kulolu suku kuphela ngokuvikela kukaNkulunkulu.

Futhi manje ngamazwi kaNkulunkulu angakimi nganelisiwe.

II

Ngesikhathi kuza izinguquko ezinkulu, izwe alihlali lifana. Kodwa akukho okuyosula enhliziyweni yami ukunamathela kwami kuNkulunkulu.

Isethembiso seminyaka eyizinkulungwane, isifungo esingaguquki. Emuva kwemijikelezo eminingi yempilo nokufa ngibuyela ohlangothini lukaNkulunkulu.

Uhlwanyele ukuphila enhliziyweni yami. Amazwi Akhe ayangelusa futhi ayanginisela, enikeza ukuvivinya nokucwenga.

Ngokushushiswa nokuhlupheka, impilo yami iya ngokuya iqina. Imigwaqo emagudlugudlu nokuhluleka kuyizinkundla zokuzilolonga kimi.

UNkulunkulu akaze asuke eceleni kwami. Unikela ngokuthula esintwini ngaphandle kwezwi lokukhononda.

Ngizolahla isimo sami esikhohlakele bese ngihlanjululwa. Khona-ke ngingahamba noNkulunkulu phakade.

UNkulunkulu akaze asuke eceleni kwami. Unikela ngokuthula esintwini ngaphandle kwezwi lokukhononda.

Ngizolahla isimo sami esikhohlakele bese ngihlanjululwa. Khona-ke ngingahamba noNkulunkulu phakade.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" Iculo LamaKristu

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" Iculo LamaKristu

UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu

UNkulunkulu uthule, futhi akaze abonakale kithi,

nokho umsebenzi Wakhe awukaze ume.

Ubheka wonke amazwe, futhi ulawula zonke izinto,

aphinde abheke onke amazwi kanye nezenzo zomuntu.

Ukuphatha Kwakhe kwenziwa ngezinyathelo futhi ngokuhambisana nohlelo Lwakhe.

Kuqhubeka ngokuthula, ngaphandle kokwenza okokubukwa,

kodwa izinyathelo zakhe ziya ngokuya zisondela esintwini,

futhi isihlalo Sakhe sokwahlulela silethwa endaweni yonke ngesivinini sombani,

kulandelwa eduze wukwehlela kwesihlalo sobukhosi phakathi kwethu.

Yinkundla enobukhosi lena, ngumfanekiso onesithunzi futhi onesizotha.

Njengejuba. nanjengebhubesi elibhodlayo, uMoya ufika phakathi kwethu sonke.

Uhlakaniphile, ulungile futhi unobukhosi,

Ufika ngokuthula phakathi kwethu enegunya

futhi egcwaliswe wuthando nozwelo, futhi egcwaliswe wuthando nozwelo.

Sivele siqhubeke nokufuna kwethu, sengathi akahlangene ngalutho nathi.

Sivele siqhubeke nokufuna kwethu, sengathi akahlangene ngalutho nathi …

kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Funda Okwengeziwe: list of South African gospel songs

New South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" (English Dubbed)

New South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" (English Dubbed)

I

Akekho ngaphandle Kwakhe owazi esikucabangayo.

Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.

Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele.Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele.

Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini.Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini.

Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nokuhlakanipha negunya likaNkulunkulu.Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nokuhlakanipha negunya likaNkulunkulu.

Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nesithunzi sikaNkulunkulu.Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nesithunzi sikaNkulunkulu.

Isimo sikaNkulunkulu nalokho anakho nayikho

kuvezwa ngokugcwele emzimbeni Wakhe ngokuphelela kwakho.kuvezwa ngokugcwele emzimbeni Wakhe ngokuphelela kwakho.

Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongaletha ukukhanya kithina.Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongaletha ukukhanya kithina.

Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongakhomba indlela elungile.Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongakhomba indlela elungile.

Akekho ngaphandle Kwakhe ongembula izimfihlakalo uNkulunkulu angakaze,

uNkulunkulu angakaze aziveze kusuka esikhathini sokudala kuze kube namuhla.uNkulunkulu angakaze aziveze kusuka esikhathini sokudala kuze kube namuhla.

Akekho ngaphandle Kwakhe ongasisindisa ekuboshweni nguSathaneAkekho ngaphandle Kwakhe ongasisindisa ekuboshweni nguSathane

kanye nasekonakaleni, kwesimo sethu.

Akekho ngaphandle Kwakhe ongasisindisa, asisindise ekuboshweni uSathane,

nasesimweni esonakele, isimo sethu.

II

Kusuka kuleso sikhathi kuqhubeka, imiqondo yethu iyezwa,

imimoya yethu nayo ibonakala ivuselelwe:

Lo muntu ojwayelekile, lo muntu omncane,

ophila phakathi kwethu futhi owaliwe yithi isikhathi eside kangaka—ungubani nje?ophila phakathi kwethu futhi owaliwe yithi isikhathi eside kangaka—ungubani nje?

Akayena lowo esimlangazelele imini nobusuku,

Lowo okade alindelwa: iNkosi uJesu Kristu?

Nguye! Nguye ngempela! UnguNkulunkulu wethu impela!

Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!

Nguye! Nguye ngempela! UnguNkulunkulu wethu impela!

Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela iqiniso, indlela, ukuphila!Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela iqiniso, indlela, ukuphila!

Akayena lowo esimlangazelele imini nobusuku,

Lowo okade alindelwa: iNkosi uJesu Kristu?

Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!

Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!

Nguye! Nguye ngempela! UnguNkulunkulu wethu impela!

Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!

Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!

kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Ungase Uthande Nalezi: UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo